Thandi - Cici

Thandi - Cici

Год
2021
Язык
`Kosa`
Длительность
223500

Poniżej tekst piosenki Thandi , wykonawca - Cici z tłumaczeniem

Tekst piosenki „ Thandi ”

Oryginalny tekst z tłumaczeniem

Thandi

Cici

Impilo yami yonke ngibonga wena

Indlela oyihambile ibinameva

You stood strong nom' imvula inetha

Mama wam', mhlengi wempilo yami

Mithandazo yakho iyasebenza

Ngoba ning’bona ngiphumelela

You stood strong nom' imvula inetha

Mama wam', mhlengi wempilo yami

Oh mina angi’lutho ngaphandle kwakho

Ungibona nginjena kungenxa yakho

Ungifundisile inhlonipho

Ngibonga wena mama wami

Thandi, Thandi, Thandi yeah

Thandi, Thandi, Thandi yeah

(Ooh ooh ooh, ooh ooh ooh, ooh ooh ooh)

Mama wami

(Ooh ooh, ooh ooh ooh)

Njengoba nobaba esengasekho

Sekunguwe insika yomuzi, eh eh, eh

Noma kunzima kulikhuni

Mama wam', uyinduduzo yami

Ungifundis' ukuzimela, oh oh, oh

Noma izitha zingizungeza

As a family we stand together

Mama wam', uyinduduzo yami

Oh mina angi’lutho ngaphandle kwakho

Ungibona nginjena kungenxa yakho

Ungifundisile inhlonipho

Ngibonga wena mama wami

Thandi, Thandi, Thandi yeah

Thandi, Thandi, Thandi yah

(Ooh ooh ooh, ooh ooh ooh, ooh ooh ooh)

Mama wami

(Ooh ooh, ooh ooh ooh)

Mama ngifis' uk’khula ngifane nawe, yeah

Impilo yami yonk ngibonga wena

Lendlela oyihambile ibinameva

Thandi, Thandi yeah

Thandi, Thandi yeah

Ponad 2 miliony tekstów piosenek

Piosenki w różnych językach

Tłumaczenia

Wysokiej jakości tłumaczenia na wszystkie języki

Szybkie wyszukiwanie

Znajdź potrzebne teksty w kilka sekund